Num8er Num8er

Wake Up

by Teargas

on Num8er Num8er (2012)

Reprise Wake up, wake up!
(Nah-na-na-na)
Verse 1- Ma-E Kwakunjena way back,
kunjena nanamhlanje
It's time to change, its
cashtime wena uhlala
u
Late
Uhamba umalela abangani estradini
we
Tanayi
Nayi ingulube isinonela
emzini kababa
Kanti yini bo, ungenwe
yini lona? Woh!
Uvuka yimbaba
ubuyiswe yindlala alale
nasemini lo
Ugcwele ushidi lona
Woh woh! Masimukhuza,
masimukhuza umama
uyamkhulumela
Athi ingane yakhe
iloyiwe thina
siyamusukela Kanti yivila voco, yivila
voco
Woh woh!
Hook Vuka, vuka!
Do what ya gotta do,
what are you waiting
for?
Tsoga, tsoga!
(Nah-na-na-na) Do what ya gotta do,
what are you waiting
for?
(Nah-na-na-na)
Verse 2- KO Like mother like
daughter
Wemfazi waze
wayimosha ingane
Buka one, two, three,
uyithola ebumnandini Igijimisa amadoda, wazi
kahle ukuthi ifuzebani
Ngeke uyithole indoda
ezokushada ema
Partini
Lento incane kodwa
awuyibheke seyiqhuba isisu
Ayizazi imithiswe ubani
phakathi ka
Themba
no
Sibusiso
Ubani owathi uthole
indida enemoto my girl Ubani owathi uthole
eno
Cash, ubambe i
Lotto
my girl
Nguwe, wemama, nguwe
Kwamele utshele ingane
ubufebe yabufunda kuwe
Iyo! Iyo! Abafana
bamubiza ngeBMX
Iyo! Iyo! Bamqedile
abazange bashiye Nix Hook Vuka, vuka!
Do what ya gotta do,
what are you waiting
for?
Tsoga, tsoga!
(Nah-na-na-na) Do what ya gotta do,
what are you waiting
for?
(Nah-na-na-na)
Verse 2- Ntukza Ama
Night Dress ekuseni,
ama
Night Dress emini Kukhulunywa ngabantu, Akiniyekeni amanga
man, akiniyekeni
amanga man yeses Kujutwana gqo ekuseni,
kufuneka i
Tot ye
Brandy
before kuyospanwa Akiniyekeni ukushaya
shayana, yekani
ukushaya shayana damn
it Ema
Toilet eyigele
zasekasi kushunqa
insangu Woh! Kuvutha i'mbambo,
ngama
Exam azivuki
izibalo Bathi stomach in, chest
out, uyiphoyisa
uzogijimisa bani unjena, Hit the gym hit a work
out, maybe ungavuka
nange Promotion Oh Yeah
Hook Vuka, vuka!
Do what ya gotta do,
what are you waiting
for?
Tsoga, tsoga!
(Nah-na-na-na) Do what ya gotta do,
what are you waiting
for?
(Nah-na-na-na)
Wake up, Wake up!!!

Song Comments
On Wake Up by Teargas

Must have JavaScript enabled to comment.