Nawe
by Simmy
on Nawe (2018), Tugela Fairy (2018)
[Verse 1]
Awu seng'ze ngam'thola ofana nawe
Ufun' uqobolo lwami, lutho oluningi
Asevele akubona amehlo 'ami, nenhliziyo yami yona isivumile
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki, k'phele nezinyanga ngicinga wena
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki, k'phele nezinyanga ngicinga wena, ngicinga wena
[Chorus]
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe

[Verse 2]
Sengize ngam'thola ofana nawe
Omelana nami aw'buz' okuningi
Usuvele wakukhetha umunwe wami, nengqondo yami yona isivumile
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki, kphele nezinyanga ngicinga wena
Oh kuphele izinsuku, k'phele amaviki, k'phele nezinyanga ngicinga wena, ngicinga wena
[Chorus]
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe
Kudala ngihamba mina ngifunana nawe, ng'funana nonjengawe
Song Comments
Must have JavaScript enabled to comment.On Nawe by Simmy