
Emzini Kababa
by Blaq Diamond
on Inqola (2017)
[Intro]
((ush ush ush), khuuuza baba khuza!(khuza khuza khuza),Khuzaa!
[Chorus]
Wemolokazana why udal'izinkinga wena(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini ka
Baba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini ka
Baba(ohhoo) emzini kabab. (x2)
[Verse 1]
Umakhi uyang'tshela, uyang'hlebela. kuthi wena awsalal'ekhaya
Sekuphele four amalanga
Uyang'delela, kahle kahle uyang'chwentsa
Ubukisa ngami emphakathini, uth'abantu abathini?
Zothumela incwadi ebazalini, bekulande kusasa ekuseni nge
Kariji(carriage), kzosiza ukuthi uqale upakishe, uphume kimi wena Lwabish
[Chorus]
Wemolokazana why udal'izinkinga wena?(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini ka
Baba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini ka
Baba(ohhoo) emzini kabab. (x2)
Wemolokazana why udal'izinkinga wena?(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini ka
Baba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini ka
Baba(ohhoo) emzini kabab. (x2)
[Verse 2]
Molokazana wena, lokho waganwa wena
Inyaka nyaka yodwa. Thetha amacala wodwa
Uyivilavoco makoti, awusena msoco makoti
Wena awsathezi kulamalanga futhi awsapheki kulamalanga
Baba khuzani bant'abadala naku kulel'ikat'eziko
Baba khuzani bant'abadala Umnkami semil'impiko(semile iympiko umkam x2)
[Chorus]
Wemolokazana why udal'izinkinga wena?(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini ka
Baba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini ka
Baba(ohhoo) emzini kabab. (x2)
Wemolokazana why udal'izinkinga wena?(x2) (khuza baba khuza khuza)
Emzini ka
Baba yhee, emzini kabab(khuza khuza khuza), emzini ka
Baba(ohhoo) emzini kabab. (x2)
Song Comments
Must have JavaScript enabled to comment.On Emzini Kababa by Blaq Diamond